Isikhulumeli sikaMzilikazi II sikhupha umbiko ngemvoxovoxo ephuthumayo

Isikhulumeli sikaMzilikazi II sikhupha umbiko ngemvoxovoxo ephuthumayo
Published: 22 January 2018 | by Greater Sibanda, Isikhulumeli seNkosi uMzilikazi II


Mthwakazi omuhle ,lina bondlela zimhlophe, lingabe linjani kumagumbi amane wonke omhlaba. Sithanda ukulazisa bantu beNkosi ngemibiko le engelamaqinisa ephuma  enkundleni zokuxhumana. Sithanda ukwazisa uZulu ngokuqotho okumqoka njalo okulesisindo.


1. INkosi uMzilikazi wesibili ulokhe eyibambe ngesiduku indaba yokuvuselela isizwe sikaMthwakazi ukuze isizwe sibuyele kusimo esasiyiso ngo 1893.


2. INkosi uMzilikazi ulokhe emi ndawonye ephethe umsebenzi awuvuselwa nguNkulunkulu ukuze isizwe sikhululeke.


3. INkosi uMzilikazi wesibili akakaze enze umhlangano njalo afake isinqumo sokuthi  yena usehlehlela emuva emsebenzini lo omkhulu kangaka. Kazake atsho njalo ukuthi umsebenzi lo ufuna ukuwuhambisa engaphansi kukaHulumeni wakweleZimbabwe kumbe engaphansi kwenye iNkosi. INkosi  yesizwe sikaMthwakazi uStanley Raphael Khumalo uphethe umsebenzi wokuvuselela isizwe ukuthi sizimele sime sodwa njengezinye izizwe. Yikho izitha zesizwe zichitha imibuthano yakhe zingayivumi ngoba iNkosi ime eqinisweni ngenjongo langenhloso yalo umsebenzi omkhulu kangaka. Njalo kuyoba sobala maduze ukuthi abakuhlangothini lwesitha abafuna uMthwakazi angazimeli ngezakhe inyawo ngobani.


5. INkosi, uSRK, ikhathazekile kakhulu ngabantu abahlasela uhlelo lokuvuselela isizwe sikaMthwakazi(full Restoration and not half-baked and pseudo Agenda packaged as Restoration) besebenzisa igama likaMthwakazi kanye lesizwe sonke seNkosi. Yebo umuntu kalahlwa. Yisintu leso.


6. INkosi icebisa bonke abahamba egameni leMthwakazi Restoration beganga ngasese belihlayaza imvuselelo beyidayisa ezizweni ezincindezele uMthwakazi ukuthi bazavelelwa yinzondo yabantu, akusoze kube kuhle, yingakho kabaxwayeke, badele umkhuba wokugwaza isizwe ngezikhathi eziqakathekileyo.


7. INkosi ikhuthaza wonke uMthwakazi ukuthi amanyane egameni lokuvuselela isizwe sikaMthwakazi, egameni lenkululeko yesizwe lomphakathi wonke, hashi ngaphansi kwezinye izizwe kodwa ngaphansi kombuso wesizwe sikaMthwakazi ondlela zimhlophe.


8. Lingapheli ithemba lingapheli amandla Mthwakazi omuhle, yalani libheke phambili kodwa liqaphele bonke abeza kini bembethe izikhumba zezimvu bona beyizilwane okoqobo. UNkulunkulu ulenzele kahle ngokubembula bonke abazenzisi labaphangi abasebenzisa igama likaMthwakazi emini libalele lasebukhweni bezinja nxese ebusuku bajayiva njalo bencinda labancindezeli besizwe beboba amasu okuvikela ukuthi inkululeko kaMthwakazi ingaphumeleli. Sokukini bantu beNkosi ukuthi lithini ngabo. Akadunyiswe uNkulunkulu ngoba umsebenzi umkhulu njalo usungena esimweni samagagasi anzima kodwa sophumelela, sonqoba loma kanjani. Namhlanje zinqunu izitha, zihamba bhunynyu. Namhlanje uphoko lomunyankomo usegcekeni. Vunani bantu bakithi.


9. Siyalazisa njalo ukuthi umbiko ogcweleyo ngezehlakalo lenkulumo-mpikiswano ezisenkundleni zokuxhumana uzakhitshwa masinyane nje ukuze uZulu ,uMthwakazi omuhle aziswe ngeqiniso elimsulwa elipheleleyo.


Siyabonga Mthwakazi omuhle. Emuva lingabuyeli. Izwe ngelethu elikaMthwakazi. Silifuna ngaphansi kombuso wethu hashi owezinye izizwe. iNkosi enkulu uMzilikazi wakuqala kazange abe ngaphansi wombuso wabancindezeli. INkosi uSRK uyohamba ngaleyo ndlela ebhekise amabombo kuTotal and Full Restoration yeKingdom Yakwethu.


iNkosi uSRK ilithanda lonke, home and away!


- Source: Greater Sibanda, ikhutshwa liphepha lobulembu, I-umthwakazireview.com

Comments

Latest News

A Negotiated Settlement between Mthwakazi and Zimbabwe
Good morning Mthwakazi omuhle ondlela zimhlophe. This morning I am...
MLF changes tune on Kingship, adopts Republicanism
Good morning baka Mthwakazi ondlela zimhlophe. This morning it is ...
Mzilikazi II invites Mthwakazi to Batlokwa Royal Kingdom Celebrations
KING MZILIKAZI II INVITES MTHWAKAZI TO CELEBRATIONS HOSTED BY BATL...
Honouring A Great Mthwakazi Thinker and Philosopher
MLF: HONOURING A GREAT MTHWAKAZI THINKER AND PHILOSOPHER, THE LA...
The RSA Sunday Times on uLoyiko Gukurahundi Play
A topical twist to an old massacreSunday Times5 Aug 2018By TELFORD V...

Polls

What is the greatest threat to Mthwakazi nation

73%
4%
6%
15%
1893 MHRRM steps up its preparations for Genocide Conference
For Immediate Press ReleaseThe 1893 MHRRM is stepping up and kic...
An inherited crisis of imagination: Colonially constructed Zimbabwe
An inherited crisis of imagination: A Long Essay concerning the un...
1893 MHRRM condemns state sanctioned public executions
For Immediate Press ReleaseThe 1893 MHRRM condemns unreservedly an...
1893 MHRRM-UK's countdown to Zim Embassy Demo on the 28th July
As the countdown to Zimbabwean Coup elections begins in earnest th...
1893 MHRRM steps up its Matebele Gukurahundi Genocide Demos
The 1893 MHRRM-UK Chapter is stepping up its Demos in the United...
1893 MHRRM calls for a UK Demo on the 28th July 2018
The 1893 Mthwakazi Human Rights Restoration Movement's (1893 MHRRM...
MLF's Petition on Mthwakazi
PETITION THE RE...
1893 MHRRM condemns state and Zanu PF's terrorism in Matebeleland
As 1893 MHRRM, we take this opportunity to condemn the bomb...
MLF President addresses Scholars
This morning (27.06.2018) I will take you through the Open Se...
MLF's Communique of Information and Publicity Dept
Ours is not politics of propaganda but a revolution, a total chang...
The history of the Fengu Community: Matebeleland
Extracted from the: The Dyke 2013 by Ncube G. T.One of the most ...
The storm the Ndebele King created
EARNEST Ncube came to Bulawayo on the 12th of September 2017...
Big mouth Matemadanda must zip it: Names have no crimes
Big mouth war veterans Secretary General, Victor Matamatanda's med...
Mthwakazi Youth: The Road Map To Restoration
The Africans in the continent and others in the diaspora are celeb...
12 ZIPRA men's Star and Movie-like Battle: Hardened Fighters
 FOR 88-year-old Mrs Bhikhayeli Moyo (nee Dube), reliving the...
MLO's demands for the Matebele "Gukurahundi" Genocide
The abuse of God's name and the bible by dirty politicians and fak...
Africa Day: What does it mean to you?
A WORD FROM MLF PRESIDENT: DR C.M.GUDUZAAFRICA DAY!!! What does ...
1893 MHRRM strongly condemns ill-treatment of Nkosazana Khuphe
The 1893 Mthwakazi Human Rights Restoration Movement (1893 MHRRM) ...
I am not self appointed: HRM King Mzilikazi II
HRM King Mzilikazi II, Stanley Raphael  Khumalo has dismissed...
MLF call on Federal Constitutional Conference in Mthwakazi
Comments from Dr Churchill Mpiyesizwe Guduza: MLF President ...
MLF proposes Federal Mthwakazi Constitution
MLF is kindly seeking feedback, comments, amendments and or su...
List of countries led by amaKhosi
Belikwazi na ukuthi amazwe alandelayo angaphansi kobukhokheli bobu...
Abafana bakaMzilikazi oMaskhandi bayaziqhunsa ingoma
MTHWAKAZI omuhle ngokuthokoziswa kusa kwamalanga liphephandaba lik...
Mthwakazi in disturbing and great shock for 38 years
Should it not be DISTURBING AND A 'GREAT SHOCK' that a struggle fo...
Matebele Diaspora Genocide Conference Cancellation Notice
We regret to inform the public, on very short notice, that we are ...
Abaculi bakwethu: Iqembu elizibiza Abafana bakaMzilikazi
USIZI lidlalade labo elitsha ngelesihlanu, lilencindambophe zengom...
King Mzilikazi II meets Mzansi Mthwakazi in JHB
The meeting delayed starting by a couple of hours whilst waiting f...
uHRM Mzilikazi II uhlangana loMthwakazi kweleSouth Africa
eBerea, RSA- Ekhuluma lamakhulu ezizalwane zakoMthwakazi namhla eB...
Urgent Notice: HRM Mzilikazi II Press Conference Cancellation
URGENT NOTICE: HRM MZILIKAZI II PRESS CONFERENCE CANCELLATIONATTEN...
Mzilikazi II SRK calls an important Press Conference
P.O Box 2954, Bulawayo Mobile: +263 77 2...