Abelusi beZimvu Gospel bazibika eMphakathini kaZulu

Abelusi beZimvu Gospel bazibika eMphakathini kaZulu
Published: 13 November 2016 | by nguMnumzana uCharles Maphosa, yasilolongwa nguThembani Dube
ABELUSI BEZIMVU GOSPEL liqembu eliqale ukucula ngomnyaka odlule oka 2015. Lisungulwe ebandleni leTwelve Apostolic Church of Christ eSouth Africa ngaphansi kwebranch yeCosmo City. 

Leli qembu liqale ngokuhlabela enkozweni yethu emicimbini yeFundraising ebandla. Ibandla leli lisungulwe ngabantu abangu16. Iqembu lethu belibizwa nge Indumiso Gospel Choir. 

Sahlabela emicimbini yamaFundraising lakumaPhasika kwaya ngesiskhathi seza lombono wokungena endimeni yomculo woKholo osezingeni eliphezulu,  

Siqale ukuloba izingoma sesisele singu10.  Abanye bathutha eCosmo City ngenxa yemsebenzi bayakwezinye indawo. Yikho ke sesisala singu10 eqenjini la-Abelusi Bezimvu Gospel. 

Sesakhupha idlalade lethu lakuqala elilesihloko esithi SESIKHULULEKILE. Leli dlalade laba lamandla lomfutho omkhulu lathandwa ngabantu okumangalisayo. 

Senelisa ukuthengisa amaCopy ayizinkulungwane lezinkulungwane, Kwasimangaza kwasethusa lokhu ngoba sasingakulindele njalo besibatsha endimeni yomculo, Ngilobufakazi obukhulu bokuthi lalamhlanje lithengwa buthumuthumu.  

Iqembu laqala ukwaziwa kakhulu selidlala emicimbini yemtshado leyamaBirthday, sibizwa ngabalandeli besiqhatsha sisiyadlala kiwo.  Ngokunjalo-ke iqembu lakhula egameni ngalolohlobo lijabulisa abalandeli balo. 

Sesike samenywa emcimbini eminengi kaMthwakazi sicula labaculi bakithi abakaMaskandi labanye abezoKholo.  Sibuye sadlala emcimbini yeMthwakazi Festival eyenzeka mihla yonke ekupheleni kweminyaka.  

Duku duku lonyaka siye  sahlangana leZIDAFO okuyihlanganiso ehlanganise abaculi bakithi abanengi. Ihlanganiso le yasihlanganisa labaculi abadumileyo kwelakithi abalolwazi olujulileyo kwezomculo okwavula amasango okwenza iDvd collection iZim Best Vol 1.  Lokho kwasivulela amasango wokwazakala ebantwini bakithi abekade bengasazi ngoba saze sahlelelwa indumezulu yomcimbi iZIDAFO GOSPEL MUSIC FESTIVAL lapho esazithola sidedelana inkundla labaculi abakhulu njalo abadumileyo. 

Kuthe sesiboma ukuthi amasango ayavuleka njalo sesibona ukuthi sekumele umculo uyekuma Radio stations kwasekufanele sithi register iqembu. Kulapho-ke  esathola ukuthi igama elithi Indumiso Gospel Choir selabhaliswa ngabanye  abaculi. Lokho kwabangela ukuthi sidinge elinye igama leqembu elitsha. Sacanda ke igama elitsha elithi ABELUSI BEZIMVU GOSPEL. 

Ngalesi isikhathi besesingu8 ngenxa yezizatho ezehlukeneyo. Abanye bamalunga  ethu basebeyiyehla lenqola kodwa thina saqubeka saze sabuyela eStudio ukuqopha idlalade lesibili elidumileyo njalo. Idlalade leli ileviki liphumile. Isihloko salo ngesithi ASIMBONGENI.

Kuleli dlalade size ngonyawo oluhlukileyo sesihlabela ngolimi  lwesiKalanga. Icwecwe lethu limumethe ingoma ezingu12 ezifana lonhloso KaJehova, oHandukani,  Siyabonga Ndodana, Vukavuka Mzalwane.  Ukuzibetha ngamagama yikwenza ngoba sesithole izincingo ezibabaza ziphinda ngesikuphekileyo. 

ICD leli lokhe liphumile lithengisa kahle kakhulu lathi kuyasijabulisa njalo kusinika umfutho  Ligcwele iGoli yonke lize ligabhele emalokishini. Siyesakhuphula indlela yokuzithengisa. Loba yiliphi ilokishi ayatholakala. Idlalade leli lisatholakala eGoli kuphela esithembisa ukuthi lizofinyelela kuviki ezayo ekhaya kwelikaMthwakazi.  Lizobe selitholakala ezindaweni ezitshiyeneyo kwelakithi. Besicela ngenhlonipho enkulu ukuthi uZulu athenge amaOrignal CDs hatshi imncindezelwa esibisela emuva kakhulu.. 

Iqembu lethu okwamanje lilabaculi abangu8 abagoqela  uTobias Zitha,  Manews Zitha,  Zweli Sibanda,  Gladys Moyo,  Ritha Sibanda, Alice Moyo, Thobekile Ndlovu loCharles Maphosa, 

UMaphosa nguye umlobi wale incwadi  eloba engumeli weQembu.  iqembu libunjwe yiTsholotsho, Plumtree, le Lupane. Umoya oseqenjini uyajabulisa kakhulu ngoba kuhlezi kuhlekwa abantu bekhuthalela ukuhlabela lokukhulisa iqembu bemoya munye.  Siliqembu elifisa ukuthola ipromoter esponser abangakwazi ukuzixhasa basiqoqodele imnyango yokucula umhlaba wonke kanye laphetsheya lakumaTours amakhulu. 

Abathanda ukuxhumana lathi siliqembu bengasithinta kulezi izinombolo ezibiza 0842917067 / 0740223449 lothanda ukuba kugroup yethu yeWhatsaap angasithinta athole yonke imniningwano lenhlelo zeqembu.  

Siyabonga

- Umthombo weNcwadi: Charles Maphosa, ikhutshwa yibulembu be:umthwakazireview.com

Comments

Latest News

MLF on Matebeleland Students Nurse Exclusion
WHY THE PEOPLE OF MTHWAKAZI ARE EXCLUDED FROM ACCESSING NURSING TR...
1893 MHRRM declares Matebele History Month
In a week’s time, on the 5th of November specifically, uMthwak...
Mutodi,Biti, Chamisa, MDC and Zanu PF same Mugabe Whatsap Group
Ever since it was founded, Zanu PF has persistently propagated a c...
Genocidal Dictator Mugabe dies
The world and our organization, the 1893 Mthwakazi Human Rights ...
1893 MHRRM calls for Chief Ndiweni's release
The 1893 Mthwakazi Human Rights Restoration Movement (1893 MHRRM...

Polls

What is the greatest threat to Mthwakazi nation

73%
3%
6%
15%
Toward the Re-Birth of Matebeleland Nation: MLO
1.7 Constitution of The Republic of MatebelelandTheRepublic of Mat...
Ambozania meets Canada regarding Economic Self-Determination
OEAS member The African People’s Liberation Movement and OEAS Se...
South Cameroon makes $25 million claim against Canada for Cameroon Tre
FOR IMMEDIATE RELEASE  $25 million Claim Made Against Canadia...
Mzilikazi II on Grand Plan, Gukurahundi Column, Accord and Shona Occup
This is a follow up of my Press Release released on 3rd July 2019. The...
Mzilikazi II address the Mthwakazi Nation and the World
I would like to make it known that I, as King of Matabeleland al...
Fear stricken Mnangagwa forces Matebeleland Chiefs to meet him over Ge
MLO notes with interest that the President of Zimbabwe Emmerson Mn...
Government of Switzerland to facilitate Ambazonia-Cameroun Talks
OEAS - ORGANIZATION OF EMERGING AFRICAN STATESFOR IMMEDIATE RELEAS...
MLF condemns the desecration of Nkomo's grave
The desecration of Nkomo's grave by these youngsters, whether Shon...
Holocaust Genocide Survivor to grace UK Matebeleland Gukurahundi Genoc
The 1893 Mthwakazi Human Rights Restoration Movement (1893 MHRRM) ...
Thutshu iSplash koBulawayo, koMthwakazi omuhle
Thutshu iSplash koBulawayo, koMthwakazi omuhle.Kafikanga ugaleleki...
Dumiso Dabengwa Foundation Director's Life in Grave Danger
The 1893 Mthwakazi Human Rights Restoration Movement (1893 MHRRM) ...
Zapu's Complacency cost us in a big way
Baka Mthwakazi. I have since recognised that my article posted yes...
Mzilikazi II attends Bakholokoe Annual Event in KZN
HRM King Mzilikazi II visited South Africa on the 25th May 2019 to...
Join Matebeleland Gukurahundi Genocide Memorial Day on 29th June 2019
Join Matebeleland Gukurahundi Genocide Memorial Day on 29th June 2...
Mzilikazi II condolence message to Dabengwa family
King Mzilikazi II and the Kingdom of Mthwakazi join the Family of ...
1893 MHRRM condolence Message to Dabengwa family and Nation
It is with deepest and most profound sadness that the 1893 M...
1893 MHRRM condemns Ndiweni harrassment
We strongly condemn, unreservedly, the attempts made on Chief Nhla...
MLF calls for a Sovereign Fund
Mthwakazi Sovereign FundDear All,As the leadership of Mthwakazi Li...
RSA Indoni Queen Joins Uloyiko
Audrey Kozwana Skhosana, who won Miss Indoni Cultural SA 2017, is ...
We are not part of Matebeleland Collective:uMhlahlo Wesizwe
08 May 2019Re: UMhlahlo we Sizwe sikaMthwakazi press release- Th...
Notice of Demand for The Restoration of Matebeleland: Siwela
Notice of Demand for The Restoration of Matebeleland StateUnder th...
Matebeleland Gukurahundi Genocide Memorial Commemorative Day 2019, UK
Matebeleland Gukurahundi Genocide Memorial Commemorative Day 2019,...
1893 MHRRM Launches Genocide Memorial Day Commemorative Events in the
1893 MHRRM Launches Genocide Memorial Day Commemorative Events i...
uLoyiko Ensemble to Premiere at Pretoria's Momentum State Theatre
South African theatre ensemble, uLoyiko has informed umthwakazir...
1893 MHRRM condemns planned Genocide mass grave Exhumations
1893 MHRRM condemns planned Genocide mass grave ExhumationsThe 189...
1893 MHRRM condemns Mnangagwa's use of instrumental power over civic o
1893 MHRRM condemns Mnangagwa’s use of instrumental power ...
Africa's first Digital Music Competition To be Launched
FOR IMMEDIATE RELEASE 09 AUGUST 2018South African based company...
Mzilikazi II's Festive Season Greetings/Wishes
Royal Kingdom of MthwakaziP.O. Box 2954, Bulawayo Mobil...
1893 MHRRM rounds up Motlante and his sanitization Commission
1893 MTHWAKAZI HUMAN RIGHTS RESTORATION MOVEMENT 1...
Mnangagwa exhumes the 80's Matebele Gukurahundi Genocide Slogan
President Mnangagwa' s angry outbursts at Zanu PF conference on Fr...