Woza Khisimusi kweleTjolotjolo aka Tsholotsho, abaculi bazohulula izingoma

Woza Khisimusi kweleTjolotjolo aka Tsholotsho, abaculi bazohulula izingoma
Published: 09 November 2016 | by Mzanywa Sibanda, Big 5
Igama lami ngingu MZANYWA SIBANDA  owaziwa ngo Big 5 umphathi weqembu elicula iTshibilika elaziwa ngeRumba. Kusenjalo  ngingu Vice Chairman we TSHOLOTSHO ARTS & CULTURE FESTIVAL (TACF) ngokwezwi le TACF. 

ITACF igoqela abafowethu ababiza Esau Siwela, Paul Masuku, Xolani Khumalo, Promise Sibanda, Mxolisi Ncube, Vusi Ndlovu Ntobeko Nkomo kanye labanye engingabaqambanga ngamagama. 
Sathatha isinqumo singabaculi base Tsholotsho ngokubambana langokubonisana ukuthi singaya sihlangane senze okuthile sikwenzele iTsholotsho kanye lomthwakazi jikelele

Sisungule umsebenzi lo ngomnyaka ka 2014 senza ishow yamahala lapho esasikhangisa umculo wako Mthwakazi otshiyeneyo esawenzela epark eDiepsloot  lapho sasilabaculi abavela  indawo zonke ezikaMthwakazi agoqela oCHRISS NCUBE oweqembu laMABHUKUDWANA. Sasebenzisana kahle kakhulu labanye engingabethanga ngamagama.

Emcimbini lo bekulabaculi be TSHIBILIKA ebizwa nge RUMBA kwelakithi, iGospel, Maskhandi, Pop, Reggae, House, Disco kanye  le Kwaito. Kwakukhona njalo abalobi bezingwalo kanye labahayi beNkondlo. Umcimbi lo sawubiza ngokuthi yi MTHWAKAZI ARTS & CULTURE FESTIVAL. Abantu babeyinhlabathi emcimbini lo kwaba ngumsebenzi wakuqala kaMthwakazi kule indawo. Ngakho ke umsebenzi waba yimpumelelo enhle  kakhulu akuzange kubekhona izigamiso kumbe ukuxhwala kwabantu. Sananzelela ukuthi abantu bakithi bayawuthanda umsebenzi lo uyaswelakala uyadingakala kakhulu ezweni likaMthwakazi.

Kusenjalo sananzelela ukuthi abaculi abakade bengayaziwa  nguMthwakazi baqala ukwaziwa yisizwe kuthi njalo abanye bathola lama sponsor. Yingakho sakubona kukuhle kakhulu ukuthi siqhubeke ngalo umsebenzi omuhle.

Kuthe ngomnyaka ka 2015 saphinda umphehlo womsebenzi wethu eCosmo City. Umsebenzi lo lawo waphumelela kakhulu kodwa sawenza isikhathi sesihambile kakhulu ngoba kwasekungu December ngakho kwabanzima ukuthi sikwazi ukuthola esasikukhangelele kakhulu emsebenzini. Kodwa akuzange kube kubi kwaba kuhle kakhulu 

Siye sathola ukuthi kulo  umnyaka abantu bakithi emakhaya  bakhala ngokuthi  sizowenza nini umcimbi lo ekhaya, sabheka ukuthi kuzobanzima ukudonsa  bonke abaculi ukuba baye eTsholotsho ngenxa yokusabalala kwabakithi. 

Siye sakubona kunzima ukwenzela umsebenzi lo  lapha eSouth Africa.  Ngenxa yokuswela abaxhasi sabizana njengabaculi beTsholotsho sahlala umhlangano saphuma lecebo lokuthi akesiyokwenza lomcimbi eTsholotsho la siphuma khona ngoba ayikaze  ibekhona lento njalo inengi labaculi alaziwa kwelakithi ngoba siqale lomculo  lapha eGoli.

Singabaculi ke sihlanganise imali yokuba sikwazi ukukhokhela indleko zomcimbi okwamanje konke sekuhlangene amalungiselelo asephelele sekumele ukuba siyogida sisine sibonise abantu bakithi amakhono lobuciko babantwana babo 

Ngakho ke abanye bathi siyabandlulula kungani singakwenzanga njengasekuqaleni sathi MTHWAKAZI ART & CULTURE FESTIVAL kodwa ke ngithanda babekwazi bonke ukuthi akulona ubandlululo lolu kodwa sit he siyogida ngekhaya singabantwana bomuzi njalo yisiqalo kusekunengi esizokwenza singuMthwakazi 

Okwamanje sithi iTsholotsho yonke mayisukume  izobona imisebenzi yezingane zayo yeZHWANE. Sithi wozani ngobunengi lizozibonela okwenu,  Osalayo uzophuthelwa kanti bathi ukuzwa yikuncitshwa ngakho ke amatikiti asetholakala ezitolo ezilotshiweyo kusikhangiso ( poster ).

Simema  wonke umuntu othanda ukubona ubuciko bakithi oseduze le TSHOLOTSHO BUSINESS CENTRE ngitsho labakude sifisa beze bazosixhasa ngoba sidinga usekelo kwenu bantu bakithi. Angeke sibe ngabantu lingekho ngempela. Umuntu ngumuntu ngabantu. Sicela wonke umuntu azoxhasa abaculi bakubo, ukubakhona kwenu kuzoba yinjabulo kithi ngoba yini elisiphilisayo, yini elisikhulisayo njalo lokhu sikwenzele lina. 

Sifisa ukuba konke kube yimpumelelo enkulu  leziphathimandla zendawo zinxusiwe kulomkhosi ngoba kungokwabo singabe siphazama ukungamemi abaphathi bendawo labadala bethu kunye lezinduna esingaphansi kwazo ngoba konke kwelakithi kuyabikwa  kulisiko ko Mthwakazi lokho asihlanganeni khona eTsholotsho.

Nampa ngaphansi abaculi abazabe bekhona.

1,  Big 5 & T K Brothers 
2,  Poul Masuku & Izithunywa Zezulu
3,  Esaw Siwela & Ezinkulu Production 
4,  Igqishamkantsha
5,  Tsheba Boys
6,  AmaCPF
7,  Matshudula Revival Sounds
8,  Amanguni Wengoma Gospel
9,   Nembe Music Production 
10,  DJ Andrews 
11,  Abafana bakaLobhengula
12,  France Moyo & Lion Stars
13,  DJ Mapressa 
14,  Umqaphi
15,  Tornado Heroes
16,   Khethuza Jive Band
17,   Zhwane Diamonds Express 
18,   Usomaqhinga DMD
19,   Sobohla Manyosi ( Drama )

- Source: Mzanywa Sibanda, umbiko ulethwa yibulembu be-umthwakazireview.co

Comments

Latest News

1893 MHRRM: Who are We and Who is Who?
1893 Mthwakazi Human Rights Restoration Movement (1893 MHRRM): Who...
Isikhulumeli sikaMzilikazi II sikhupha umbiko ngemvoxoxo ephuthumayo
Mthwakazi omuhle ,lina bondlela zimhlophe, lingabe linjani kumag...
1893 MHRRM calls for another UK Matebele Genocide Demo
The 1893 Mthwakazi Human Rights Restoration Movement’s (18...
King Mzilikazi II visits Ngozi Mine
The King for some time has wanted to visit the Ngozi mine commun...
Umbiko ngesethekeli sakwaZulu
Sokulombiko ophuthumayo lapha. Isethekeli sethu sakwaZulu aka...

Polls

What is the greatest threat to Mthwakazi nation

73%
4%
7%
15%
King Mzilikazi II condemns arrest and torture of Matebeleland 8
King Mzilikazi II condemns and protests strongly the arrest and be...
Mnangagwa Bring Back Our Youths: 1893 MHRRM
The 1893 Mthwakazi Human Rights Restoration Movement condemns in...
uMbiko oMkhulu: uSomlomo kaKing Goodwill Zwelithini wethekelela uMthwa
  Mthwakazi omuhle ,lina bondlela zimhlophe mnyaka om...
Zanu PF's ministry of National Healing and Reconciliation is a mockery
When Zanu PF created the ministry during the GNU era, it appeared ...
1893 MHRRM RSA and UK Demos a success
This statement, from the 1893 Mthwakazi Human Rights Restorati...
King Mzilikazi Christmas message
King’s Christmas Message, 2017 It is that time of the year when ...
1893 MHRRM ups its Gukurahundi Genocide Demos Campaign in London and J
Gratitude and many thanksFirst and foremost, we extend our grati...
Transitional Government of Tamil Elam Human Rights Conference Report
“Tamil’s Human Rights Conference on the World Human Rights D...
Mutsvanga throwing stones while in a glass house
If one lives in a glass house, he/she must not throw stones. This ...
1893 MHRRM expresses solidarity with Tamils, intensifies Demo campaign
The 1893 Mthwakazi Human Rights Restoration Movement (1893 MH...
Office of HRM King Mzilikazi II statement on the King issue
PRESS STATEMENT FROM THE OFFICE OF HRM KING MZILIKAZI I...
1893 MHRRM calls for Demo in London on 23rd December 2017
  For Immediate Press Release   1893 ca...
Chronicling the Revolutionary Works of King Mzilikazi II
CHRONICLING THE WORKS OF A REVOLUTIONARY KING: AN UPDATE ON THE RE...
A gang of crooks staging a coup De'tat: MLF
A GANG OF CROOKS STAGING A COUP D’ETAT: CLAIM TO CLEANSE ZANU ...
Restoration of Matebeleland Kingdom: A position Paper
MATABELELAND KINGDOM POSITION PAPER: CASE FOR THE RESTORATION OF T...
Of Mnangagwa, Matebele Genocide and Diamond blood money
The political crisis in Zimbabwe is far from over without the two ...
Mthwakazi National Party Lives On!
Mthwakazi National Party Lives On!   In April 201...
MLO lambasts Gukurahundists who attacked Marabini
Tribal attack on internationally acclaimed jazz musician from Mata...
MLF's proposes Matebeleland exit Bill
IN PURSUIT OF OUR IDEALS,WE SUBMIT:   MTHWAKAZI EXIT (M...
Mzilikazi II replaces th BASC flag with Mthwakazi Flag
King Mzilikazi II replaces the British South African Flag whi...
Izinduna zakwaZulu zixhasa uMzilikazi II emsebenzini weNxwala
Inkosi uMzilikazi wesibili wenza uMhlangano koBulawayo.Mhlaka 18 N...
Matebeleland:On the Dialectics at standstill; Why We Must Not Celebrat
On the Dialectics at standstill; Why We Must Not Celebrate! It rem...
Mugabe in a cage, No to Presidency of Butcher of Matebeleland:MLF
          &n...
Dr Hazel Cameroon castigates suggested Mnangagwa presidency
source: www.theconversation.com/why-a-mnangagwa-presidency-would-n...
MLO castigates Britain for Mnangagwa support
MLO would like to make it crystal clear that the military coup sta...
1893 urges SADC, AU and International Community to deal with Matebelel
The 1893 Mthwakazi Human Rights Restoration Movement notes wit...
Zanu PF on the ropes, things fall apart, Croc on the run
Things fall apart at Zanu PF. Brother turns against brother, siste...
Prominent former Zapu Official C.Z. Moyo dies in the UK
C.Z Moyo talking about persecution of Zapu Officials in the 80...
Chief Gumede issues a strongly worded statement against his detractors
Press Statement UKUQONDISA NGOKUGCOTSHWA KWENDUNA U ALBERT ZWELIBA...
MLF calls on Ramaphosa to help with arrest of Mnangagwa in South Afric
 &nbs...